Esiphambanweni – Ntokozo Mbambo

a-z lyrics Lyrics lyrics_E

Eduze nesiphambano
Kunomthomb’ omuhle
Amanzi okwelapha
Evela ku Jesu

CHORUS:
Esiphambanweni
Ngodumisa mina
Lapho umoya wami
Wophumula khona

Eduze nesiphambano
Ngihlale newundlu
Ngisize nsuku zonke
Ngilalel’ ithunzi

(Chorus)

Jesus keep me near the cross
There’s a greater answer
Free for everyone
There’s a healing to reap
That is glory on Calvary’s on
On
mountain

In the Cross
In the cross
Till my righteous soul shall find
Resting on the river

Ngophumula, ngophumula
Esiphambanweni
Ngophumula, ngophumula
Esiphambanweni

Nayo iNkosi uJesu
Owafela izono zami
Owafela izono zami
Owafela izono zami
Owafela izono zami
Ngophumula
Ngenxa yakhe
Nginokuphila
Nginokuphila
Nginokuphila
Nginokuphila
Ngoba yena
Ngophumula ngaye neNkosi

A propos
artiste: Ntokozo Mbambo

album: Joyous Celebration
Conf. Jesus, keep me near the cross – Fanny Crosby 1869